Ukuhola Ukukhonza - Kanjani? Kuya kubani?

Sisanda kufunda okushiwo amagama amane esiGreek ahunyushwe ezinhlotsheni zanamuhla zebhayibheli lesiNgisi njenge “khonza”. Kuliqiniso, igama ngalinye lahunyushwa nangezinye izindlela, kodwa onke analelo gama linye. Bonke abantu abasontayo — abangamaKristu noma cha — bacabanga ukuthi ...